Drive file types icons

Beka noma yiliphi ifayela

IDrayivu ikuqalisa ngo-15 GB wesitoreji samahhala saku-inthanethi se-Google, ukuze ugcine izithombe, izindaba, imiklamo, imidwebo, okurekhodiwe, amavidiyo nanoma yini.

Files on Google Drive displayed on multiple devices

Bona izinto zakho noma yikuphi

Amafayela akho kuDrayivu angafinyelelwa kunoma iyiphi i-smartphone, ithebhulethi, noma ikhompuyutha. Ngakho noma yikuphi lapho oya khona, amafayela akho ayalandela.

Share files on Drive with your friends

Yabelana ngamafayela namafolda

Ungakwazi ukumema ngokushesha abanye ukuthi babuke, balande, futhi bahlanganyele kuwo wonke amafayela owafunayo–akudingekile okunamathiselwe kwe-imeyili.