Ufuna i-Google Drayivu?

Vakashela drive.google.comukuze ubone wonke amafayela wakho.

Funda kabanzi | Chitha

Dala amadokhumenti Kim amangazayo

Dala amadokhumenti anomthelela U-Tom

Nge-Google Amadokhumenti, ungabhala, uhlele, futhi uhlanganyele noma kuphi lapho okhona. Mahhala.

Landa i-Google Amadokhumenti
SAN FRANCISCO
VACATION
Jono
Salit
Day 1 / Golden Gate Bridge

The Golden Gate Bridge is a suspension bridge spanning the Golden Gate strait, the 1 mile wide, 3 mile long channel between San Francisco Bay and the Pacific Ocean.

The structure links the U.S. city of San Francisco, on the northern tip of the San Francisco Peninsula, to Marin County, bridging both U.S. Route 101 and California State Route 1 across the strait.

Lindsay

Kungaphezu kwezincwadi namagama

I-Google Amadokhumenti yenza amadokhumenti akho aphile ngokuhlela okunobuhlakani namathuluzi esitayela okukusiza ukuthi ufomethe umbhalo nezitayela kalula. Khetha kumafonti angamakhulu, engeza izixhumanisi, izithombe, nemidwebo. Konke mahhala.

Thola amadokhumenti akho noma yikuphi, nganoma yisiphi isikhathi

Finyelela, dala, futhi hlela amadokhumenti akho noma yikuphi lapho oya khona —ukusuka kufoni yakho, ithebulethi, noma ikhompuyutha — ngisho noma lungekho uxhumano.

Landa i-Google Amadokhumenti
Isithombe sika-Pam
Isithombe sika-Tom
Isithombe sika-Kim

I-SAN FRANCISCO

May

Kufanele uphume ku-Ferry Building. U-Tom

Ucabanga ukuthi uzoqeda nini ukuhlela?
ULwesibili, 1:06 PM
Isithombe sika-Kim
Mhlawumbe ngelesibili?
ULwesibili, 1:06 PM
Isithombe sika-Tom

Ungaphinde ushaye okuthi “londoloza” futhi

Zonke izinguquko zakho zilondolozwa ngokuzenzakalelayo njengoba uthayipha. Ungakwazi ngisho nokusebenzisa umlando wokubuyekeza ukuze ubone izinguqulo zedokhumenti efanayo, ehlungwe ngedethi nokuthi ubani owenze ushintsho.

Isebenza ne-Word

Vula, futhi hlela, bese ulondoloza amafayela e-Microsoft Word ngesandiso se-Chrome noma uhlelo lokusebenza.

Guqula amafayela e-Word abe i-Google Amadokhumenti kanye nokuphambene nalokho.

Ungakhathazeki ngamafomethi efayela futhi.

Yenza okuningi ngezengezo

Thatha okuhlangenwe nakho kwakho kokuthi Amadokhumenti kude nakakhulu ngezengezo. Zama Ukuhlanganisa kwelebula ye-Avery ukuze udale futhi uphrinte amalebula namathegi egama.

Bona ukuthi yini enye ongakwazi ukuyengeza

Qalisa manje

Amadokhumenti akulungele ukuhamba uma wena usukulungele. Dala kalula idokhumenti ngesiphequluli sakho noma landa uhlelo lokusebenza ledivayisi yakho yeselula.

Landa i-Google Amadokhumenti